Noizy
Lengoma

Chorus
Manje mak'ngena le-Ngoma -
'Bafana Bang'Vuma BaBhula
KwaVumi Zangoma/
Phela Lamanzi Amancane
Mang'Shaya lensimbi
Mangena La Angeke Bang'Khone/

Baba Bathethelele Naba Thukuthele ng'thatha
Konke okwami nami ng'ngenelele -
'Bheka manje mang'Gila Madoda"
Nale ngoma Ivusa abantu abalele x2

Verse
Nale ngoma ivusa abantu abalele -
'Kwamelu-'vuli ndlebe zakho umamele/..
Vula Mehlo ubhekisise ubabheke -
Phushi S'Fuba Nawe Bese Ubangene/

Life is shorter than a manikin Bheka
I just wanna be a better man/
Ng'Bhali Nkondlo kule paper bheka Nami
Mama told me to believe it then

Laba bafana bancane bayeke Bancele/
Mases'Fika khona k'mele Baqcele/ -
""Nami ng'yekeleni kanti N'Thuleleni Nale
Ngoma ingenza ng'hambe Emlindelweni -
'Bese ng'Giye ng'khiphi Zandla Epokothweni -
Ingoma ingenza Nami ng'Khabe S'Belethweni
Bheka manje bayasina/
"Giya Madoda Mak'culeli Siko/...

Giya Madoda Mak'culeli Siko
Kushay'we Nezandla Bagideli Dlozi/
"Omama maphume Bali-lizele
Bashise Ne-mpepho Bavumeli Ngozi/

"Nabaphandle Bazo ngena nge Ngoma/
"Zonke iinsizwa zizo vuma Le Ngoma/
"Ng'Yekeleni Nami ng'Shaye le Ngoma/
"Ng'Dedeleni Nami ng'phinde le Ngoma/

Chorus
Manje mak'ngena le-Ngoma -
'Bafana Bang'Vuma BaBhula
KwaVumi Zangoma/
Phela Lamanzi Amancane
Mang'Shaya lensimbi
Mangena La Angeke Bang'Khone/

Baba Bathethelele Naba Thukuthele ng'thatha
Konke okwami nami ng'ngenelele -
'Bheka manje mang'Gila Madoda"
Nale ngoma Ivusa abantu abalele/