Noizy
Flow Encane

Verse

Beba ng'funa ama feature
Nga rejector ngatholi intwane ncane/
Bafuna uk'bloma nami nga
Gabha Ngadonsi intwana encane/
Ng'dedeli khukhula bona
Bang'zela nge flow encane/
Bafuna uk'thusa thina maw'thuya
Bheka Inja yakhona incane/

Bow'zamuk' khomba bani
Mawng'zela nges'fuba nyana escane/
Ng'sonse Nges'cima, Maw'bheka so...
Lanu yintwana encane/
Ukuthi lento ngayenza kakhulu
Sek'sele kancane/
You can never Step on my shoes...
Ngale nyawo el'cane/

Uk'hlala phansi ng'bhale Le rap
Ngacala ng'sese mcane/
From Es'gela ng'bhala ma-verse
Ng'bakopise Kancane/
Ngathi ngcelu ngiphi sixteen
Wang'rephela ka encane/
Mina ng'bone lapho ukuthi
Lonu ngenzela kancane/

If aw'ngizwa kahle
Le volumn I-uvulele Kancane/
Or us'bambisise Leso Stulo
Usondeze Kancane/
Uvuli iindlebe Nawe uzongizwa
Mang'rapper nje Kancane/
Ng'phethi intwana yam
Baba lan ungas'thathi Kancane/

Lentwana bay'saba
Kakhulu boy -"I kid you not/
Indlela Yami yok'bamba le-pen
Ifanise no God/
Ezami z'hambele moyena
Njenge Astronaut/
I-flow inzima ibhakede
El'gcwela manzi namatshe akhona/

Aw'thi ngiy'phinde futhi ng'rhyme
Ngale game el'cane/
Ng'cedele Le verse ukuze
Nonke 'ningang'thathi Kancane/
Kubo akekho Obhala kanje
Abafana bancane/
Bhala phansi uthathi skhathi
Sakho ungas'thathi Kancane/